- Utshani buyabuna,
imbali iyavuthuluka,
kepha izwi likaNkulunkulu wethu
limi kuze kube phakade. - Awazi yini? Awuzwanga na?
UJehova unguNkulunkulu ongunaphakade;
udalile imikhawulo yomhlaba;
akapheli amandla, akakhathali,
nokuqonda kwakhe akunakuphenywa. - Nguye omupha oyethileyo amandla,
nakongenamandla uyandisa izikhwepha. - Kepha abamethembayo uJehova
bayathola amandla amasha,
bayakhuphuka ngamaphiko njengezinkozi,
bagijime bengakhathali,
bahambe bengapheli amandla.
Izihloko ezihlobene
Amandla
Ungesabi, ngokuba mina nginawe...
Thembekile
Kepha iNkosi ithembekile, eyakuniqinisa...
UNkulunkulu
UJehova uNkulunkulu wakho uphakathi...
IZwi likaNkulunkulu
Ngokuba izwi likaNkulunkulu liphilile...
Ubuhle
Umuhle wonke, sithandwa sami...
Indalo
Ekuqaleni uNkulunkulu wadala izulu...
Amavesi eBhayibheli osuku
Bheka, uNkulunkulu ungumsizi wami;iNkosi ikubo abaphasa umphefumulo wami.
Thola ivesi leBhayibheli lansuku zonke:
Isaziso nsuku zonkeI-emailFacebookAndroid-appKuwebhusayithi yakhoIvesi leBhayibheli elingahleliwe
Osibekela isiphambeko ufuna uthando,kepha onokondisa indaba wahlukanisa abahlobo.Ivesi elilandelayo