- Ngokuthobeka konke nobumnene, ngokubheka kade nokubekezelelana ngothando.
- Nikhuthalele ukugcina ubunye bukaMoya ngesibopho sokuthula.
- Munye umzimba, munye uMoya, njengalokho nabizelwa ethembeni linye lokubizwa kwenu.
- Kodwa sithi sikhuluma iqiniso ngothando, sikhulele ngakho konke kuye oyinhloko, uKristu.
- Thukuthelani ningoni; ilanga malingashoni nisathukuthele. Ningamniki uSathane indawo.
- Makungaphumi emlonyeni wenu nalinye izwi elibolileyo, kodwa kube ngelilungele ukwakha njengokuswelekileyo, ukuze libavezele umusa abezwayo.
- Ningamdabukisi uMoya oNgcwele kaNkulunkulu enabekwa uphawu ngaye kuze kube lusuku lokuhlengwa.
- Maniphathane ngobumnene, nihawukelane, nithethelelane, njengalokho noNkulunkulu wanithethelela ngoKristu.
Izihloko ezihlobene
Uthando
Uthando luyabekezela, uthando lumnene...
UMoya
INkosi inguye uMoya; kepha...
Okuhle
Maniphathane ngobumnene, nihawukelane, nithethelelane...
Ukuthobeka
Ngokuthobeka konke nobumnene, ngokubheka...
Ukubekezela
Owephuza ukuthukuthela unokuqonda okuningi...
Umphakathi
Masiqaphelane, ukuze kuvuswe uthando...
Amavesi eBhayibheli osuku
Umuntu oyengwayo makangasho ukuthi: “Ngiyengwa nguNkulunkulu,” ngokuba uNkulunkulu angeyengwe ngokubi, naye uqobo akayengi muntu.Thola ivesi leBhayibheli lansuku zonke:
Isaziso nsuku zonkeI-emailFacebookAndroid-appKuwebhusayithi yakhoIvesi leBhayibheli elingahleliwe
Dumisa uJehova ngempahla yakho,nangolibo lwazo zonke izithelo zakho.Ivesi elilandelayo