DailyVerses.netIzihlokoIvesi elingahleliweBhalisa

U-Isaya 54

  • “Yebo, izintaba zingamuka, namagquma angasuswa,
    kepha umusa wami awuyikumuka kuwe,
    nesivumelwano sami sokuthula asiyikususwa,”
    usho uJehova okuhawukelayo.
  • Asikho isikhali esenzelwa wena esiyakuphumelela,
    nalo lonke ulimi olukuvukelayo luyakwahlulelwa;
    lokhu kuyifa lezinceku zikaJehova
    nokulunga kwazo okuvela kimi, usho uJehova.

Amavesi eBhayibheli osuku

Umuntu oyengwayo makangasho ukuthi: “Ngiyengwa nguNkulunkulu,” ngokuba uNkulunkulu angeyengwe ngokubi, naye uqobo akayengi muntu.

Thola ivesi leBhayibheli lansuku zonke:

Isaziso nsuku zonkeI-emailFacebookAndroid-appKuwebhusayithi yakho

Ivesi leBhayibheli elingahleliwe

Yilowo nalowo anikele njengalokho azikhethele khona enhliziyweni, kungabi ngokudabuka nangokucindezelwa, ngokuba uNkulunkulu uyamthanda onikelayo ethokoza.Ivesi elilandelayo

Sekela iDailyVerses.net

Siza mina ukusakaza iZwi lika Nkulunkulu
Nikela