- Impendulo ethambileyo iyabuyisa ukufutheka,
kepha izwi elilukhuni livusa ulaka. - Ulimi oluthulayo lungumuthi wokuphila,
kepha ukuphambanisa kwalo kungukuchotshozwa komoya. - Isiwula siyadelela ukulaya kukayise,
kepha onaka ukusolwa uyathola ukuqonda. - Okuncane kanye nokumesaba uJehova kungcono
kunengcebo eningi kanye nokukhathazeka. - Lapho kungekho khona ukululekana,
amasu ayachitheka,
kepha ngobuningi babeluleki ayakuma. - Umuntu uyathokoza ngokuphendula komlomo wakhe,
nezwi ngesikhathi salo lihle kangakanani! - Ukumesaba uJehova kungukulaywa kokuhlakanipha;
ukuthobeka kuyandulela udumo.
Izihloko ezihlobene
Ukukhuluma
Ukufa nokuphila kusemandleni olimi...
Inhlakanipho
Ngokuba uJehova uyanika ukuhlakanipha...
Mangala
Ukumesaba uJehova kungukuzonda okubi...
Ubumnene
Ukubekezela kwenu akwaziwe ngabantu...
Intukuthelo
Thukuthelani ningoni; ilanga malingashoni...
UMoya
INkosi inguye uMoya; kepha...
Amavesi eBhayibheli osuku
Ngubani onguNkulunkulu onjengaweothethelela insali yefa lakho ububi bayo,
uyiyekele isiphambeko sayo, na?
Akabambeleli entukuthelweni yakhe kuze kube phakade,
ngokuba wenamela umusa.
Thola ivesi leBhayibheli lansuku zonke:
Isaziso nsuku zonkeI-emailFacebookAndroid-appKuwebhusayithi yakhoIvesi leBhayibheli elingahleliwe
Ungesabi, ngokuba mina nginawe;ungapheli amandla,
ngokuba mina nginguNkulunkulu wakho;
ngiyakuqinisa, futhi ngiyakusiza,
yebo, ngiyakusekela ngesandla sokunene sokulunga kwami.Ivesi elilandelayo