DailyVerses.netIzihlokoIvesi elingahleliweBhalisa

Agasti 15, 2013

1 kaJohane 3:2-3 - ZUL59
Bathandekayo, manje singabantwana bakaNkulunkulu, kepha akukabonakali esiyakuba yikho. Siyazi ukuthi, nxa ebonakaliswa, siyakuba njengaye, ngokuba siyakumbona njengokuba enjalo. Bonke abanalo lelo themba kuye bayazihlambulula, njengokuba yena ehlambulukile.

Amavesi eBhayibheli osuku

Qinani, inhliziyo yenu ibe nesibindi,
nina nonke enithemba uJehova.

Thola ivesi leBhayibheli lansuku zonke:

Isaziso nsuku zonkeI-emailFacebookAndroid-appKuwebhusayithi yakho

Ivesi leBhayibheli elingahleliwe

Dumisa uJehova ngempahla yakho,
nangolibo lwazo zonke izithelo zakho.
Ivesi elilandelayo

Sekela iDailyVerses.net

Siza mina ukusakaza iZwi lika Nkulunkulu
Nikela