- Khona wayesengena nomfundi omunye ofike kuqala ethuneni, wabona, wakholwa; ngokuba bebengakawuqondi umbhalo wokuthi ubefanele ukuvuka kwabafileyo.
- UJesu wathi kuye: “Ungangithinti, ngokuba angikenyukeli kuBaba. Kepha yana kubazalwane bami, ubatshele ukuthi ngenyukela kuBaba noYihlo, kuNkulunkulu wami noNkulunkulu wenu.”
- Khona uJesu wabuye wathi kubo: “Ukuthula makube kinina. Njengokuba uBaba engithume mina, nami ngiyanithuma nina.”
- UJesu wathi kuye: “Ngokuba ungibonile, ukholiwe na? Babusisiwe abakholwa bengabonanga.”
Izihloko ezihlobene
UJesu
UJesu ebabheka wathi: “Kubantu...
UBaba
Njengoyise ehawukela abantwana bakhe...
Izimangaliso
UJesu ebabheka wathi: “Kubantu...
Iphasika
Kodwa ingelosi yaphendula, yathi...
Ukuvuka
UJesu wathi kuye: “Mina...
Ukuqonda
Ngibize, ngiyakukuphendula, ngikutshele izinto...
Amavesi eBhayibheli osuku
Bhekani, uyeza namafu, namehlo onke ayakumbona, nabo abamgwazayo, nezizwe zonke zomhlaba ziyakulila ngaye. Yebo, Amen.Thola ivesi leBhayibheli lansuku zonke:
Isaziso nsuku zonkeI-emailFacebookAndroid-appKuwebhusayithi yakhoIvesi leBhayibheli elingahleliwe
Yilowo ohamba ngobuqotho nowenza ukulunga,okhuluma iqiniso enhliziyweni yakhe,
ongahlebi ngolimi lwakhe,
ongamoni umngane wakhe,
nongamhlazi umakhelwane wakhe.Ivesi elilandelayo