- “Ngenisani konke okweshumi endlini yengcebo ukuba kube ngukudla endlini yami, ningivivinye ngalokhu,” usho uJehova Sebawoti, “uma ngingayikunivulela amafasitele asezulwini, nginithululele isibusiso kunokwaneleyo.”
- “Bayakuba ngabami,” usho uJehova Sebawoti, “babe yimfuyo yami ngosuku engiyakulwenza, ngibahawukele, njengalokhu umuntu ehawukela indodana yakhe emkhonzayo.”
Izihloko ezihlobene
Ukudla
Ngokuba usuthisa umphefumulo olangazelayo...
Isibusiso
UJehova makakubusise, akulondoloze; uJehova...
Ukupha
Yilowo nalowo anikele njengalokho...
Isivuno
Kepha yena onika ohlwanyelayo...
Ukukhonza
Ngakho-ke, bazalwane bami abathandekayo...
Umvuzo
Konke enikwenzayo kwenzeni ngenhliziyo...
Amavesi eBhayibheli osuku
Bekani ijoka lami phezu kwenu, nifunde kimi, ngokuba ngimnene, ngithobile ngenhliziyo; khona imiphefumulo yenu iyakufumana impumuzo. Ngokuba ijoka lami lihle, nomthwalo wami ulula.Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Nkulunkulu, wena unguNkulunkulu wami,ngiyakufuna ekuseni;
umphefumulo wami womele wena;
inyama yami ilangazelela wena
ezweni elomileyo eligagadekileyo,
lapho amanzi engekho khona.Ivesi elilandelayo
