- Yathi kimi: “Umusa wami ukwanele; ngokuba amandla ami apheleliswa ebuthakathakeni.” Ngakho kunalokho ngijabulela ukuzibonga ngobuthakathaka bami, ukuze amandla kaKristu ahlale phezu kwami.
- Ngakho ngenamile ebuthakathakeni, nasekuphathweni kabi, nasekusweleni, nasekuzingelweni, nasekubandezekeni ngenxa kaKristu, ngokuba uma ngibuthakathaka, yikhona nginamandla.
Izihloko ezihlobene
Amandla
Ungesabi, ngokuba mina nginawe...
Ubuthakathaka
Ngakho ngenamile ebuthakathakeni, nasekuphathweni...
Umusa
Ngakho-ke masisondele ngesibindi esihlalweni...
UJesu
UJesu ebabheka wathi: “Kubantu...
Isihe
Ngakho-ke masisondele ngesibindi esihlalweni...
Injabulo
Thokozani njalo; khulekani ningaphezi...
Amavesi eBhayibheli osuku
Ngokuba inyama ikhanuka okuphambene noMoya, kepha uMoya ukhanuka okuphambene nenyama; ngokuba lezi zinto ziyamelana, ukuze ningenzi lokho enikuthandayo.Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Mbonge uJehova, mphefumulo wami;konke okuphakathi kwami makubonge igama lakhe elingcwele.Ivesi elilandelayo
