- Ukuphila okuphakade yilokhu ukuba bazi wena Nkulunkulu wedwa oqinisileyo, nomthumileyo, uJesu Kristu.
- Angiceli ukuba ubasuse ezweni; kepha ngicela ukuba ubalonde kokubi.
- Baba, ngithanda ukuba labo ongiphe bona nabo babe khona nami lapha ngikhona, ukuze babone inkazimulo yami ongiphe yona; ngokuba wangithanda, kungakasekelwa izwe.
- Ngibazisile igama lakho, ngizakubazisa lona ukuba uthando ongithande ngalo lube kubo, nami ngibe kubo.
Izihloko ezihlobene
UJesu
UJesu ebabheka wathi: “Kubantu...
Umkhuleko
Thokozani njalo; khulekani ningaphezi...
Ukuphila okungunaphakade
Ngizinika ukuphila okuphakade, azisoze...
UNkulunkulu
UJehova uNkulunkulu wakho uphakathi...
Ukuphepha
Kepha iNkosi ithembekile, eyakuniqinisa...
Umlamuli
Ngokuba munye uNkulunkulu, munye...
Amavesi eBhayibheli osuku
Akuthengwa yini imizwilili eyisihlanu ngezindibilishi ezimbili na? Akukhohlakele namunye kuyo emehlweni kaNkulunkulu. Kodwa nezinwele zekhanda lenu zibaliwe zonke. Maningesabi; nidlula imizwilili eminingi.Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Qinani, inhliziyo yenu ibe nesibindi,nina nonke enithemba uJehova.Ivesi elilandelayo
