- Wazithabatha izinkwa eziyisihlanu nezinhlanzi ezimbili, wabheka ngasezulwini, wazibusisa, wazihlephula, wanika abafundi ukuba babele isixuku. Badla, basutha bonke, kwabuthwa imvuthuluka eyasala kubo, iziqabetho eziyishumi nambili.
- Wayesethi kubo bonke: “Uma umuntu ethanda ukuza emva kwami, makazidele, athabathe isiphambano sakhe imihla ngemihla, angilandele.”
- Ngokuba yilowo nalowo othanda ukusindisa ukuphila kwakhe uyakulahlekelwa yikho; kepha olahlekelwa ngukuphila kwakhe ngenxa yami uyakukusindisa.
- Wathi kubo: “Yilowo nalowo oyakwamukela lo mntwana ngegama lami uyangamukela mina, ongamukela mina uyamamukela ongithumileyo; ngokuba omncinyane kini nonke nguye omkhulu.”
Izihloko ezihlobene
Izimangaliso
UJesu ebabheka wathi: “Kubantu...
Ukudla
Ngokuba usuthisa umphefumulo olangazelayo...
Umkhuleko
Thokozani njalo; khulekani ningaphezi...
Isinkwa
UJesu wathi kubo: “Mina...
Ukulalela umthetho
UJesu waphendula, wathi kuye...
Ukubethelwa
Yena owathwala izono zethu...
Amavesi eBhayibheli osuku
Njengalokho aphuma esizalweni sikanina,uyakubuye amuke,
ahambe ze njengasekufikeni kwakhe,
engatholi lutho ngomshikashika wakhe,
ahambe nalo esandleni sakhe.
