- NgokukaLuka 1
- NgokukaLuka 2
- NgokukaLuka 3
- NgokukaLuka 4
- NgokukaLuka 5
- NgokukaLuka 6
- NgokukaLuka 7
- NgokukaLuka 8
- NgokukaLuka 9
- NgokukaLuka 10
- NgokukaLuka 11
- NgokukaLuka 12
- NgokukaLuka 13
- NgokukaLuka 14
- NgokukaLuka 15
- NgokukaLuka 16
- NgokukaLuka 17
- NgokukaLuka 18
- NgokukaLuka 19
- NgokukaLuka 20
- NgokukaLuka 21
- NgokukaLuka 22
- NgokukaLuka 23
- NgokukaLuka 24
- Kepha yena wathi: “Yebo, kodwa kakhulu babusisiwe abalizwa izwi likaNkulunkulu, balilondoloze.”
- Kepha wathi: “Okungenzeki kubantu kungenzeka kuNkulunkulu.”
- Kepha uJesu ekuzwa lokho wamphendula wathi: “Ungesabi, kholwa kuphela; izakusinda.”
- Ngakho-ke uma nina eningababi nikwazi ukubapha abantwana benu izipho ezinhle, kakhulu kangakanani uYihlo osezulwini uzakubapha abacela kuye uMoya oNgcwele.
- Kepha ngithi kini enizwayo: Thandani izitha zenu, nenze okuhle kwabanizondayo, nibusise abaniqalekisayo, nibakhulekele abanidumazayo.
- Ningahluleli, khona anisoze nahlulelwa; ningalahli, khona anisoze nalahlwa; thethelelani, khona niyakuthethelelwa.
- Yiphani, khona niyakuphiwa; bayakunipha esifubeni senu isilinganiso esihle, esigxushiweyo, esigqishiweyo, esichichimayo; ngokuba ngesilinganiso enilinganisa ngaso nani niyakulinganiselwa ngaso.
- Ngokuba akukho lutho olungenzeke kuNkulunkulu.
- Umuntu omuhle uveza okuhle emfuyweni enhle yenhliziyo, nomubi uveza okubi emfuyweni embi; ngokuba umlomo wakhe ukhuluma ngokuchichima kwenhliziyo.
- Ngokuba iNdodana yomuntu ize ukufuna nokusindisa okulahlekileyo.
Izihloko ezihlobene
UJesu
UJesu ebabheka wathi: “Kubantu...
UKhisimusi
Uzakuzala indodana, uyiqambe igama...
Isibi
Kepha kanazi yini ukuthi...
Ukuphenduka
Bazithobe abantu bami ababizwa...
Izimangaliso
UJesu ebabheka wathi: “Kubantu...
Uvalo
Ungesabi, ngokuba mina nginawe...
Amavesi eBhayibheli osuku
Uyakungazisa indlela yokuphila;ukugcwala kwenjabulo kusebusweni bakho;
intokozo isesandleni sakho sokunene kuze kube phakade.