DailyVerses.netIzihlokoIvesi elingahleliweBhalisa

EkaJakobe 5:14-15

Kukhona ogulayo phakathi kwenu na? Makabize amalunga ebandla, amkhulekele, amgcobe ngamafutha egameni leNkosi. Umkhuleko wokukholwa uyakumsindisa ogulayo, iNkosi imvuse; noma enzile izono, uzakuthethelelwa zona.

Amavesi eBhayibheli osuku

Ngokuba uma uthando lukhona, kwamukeleka njengalokho umuntu anakho, kungenjengalokho angenakho.

Thola ivesi leBhayibheli lansuku zonke:

Uhlelo lwakho lokufunda iBhayibheli

Dala i-akhawunti ukumisa uhlelo lwakho lokufunda iBhayibheli uzobona intuthuko yakho kanye nesahluko esilandelayo ongasifunda lapha!