DailyVerses.netIzihlokoIvesi elingahleliweBhalisa

UHabakuki 3

  • Noma umkhiwane ungakhahleli,
    kungabikho izithelo emvinini,
    umsebenzi womnqumo uphuthe,
    amasimu angavezi ukudla,
    izimvu zinqunywe esibayeni,
    kungabikho nkomo ezibayeni,
    nokho mina ngiyakuthokoza ngoJehova,
    ngijabulele uNkulunkulu wokusindiswa kwami.
  • UJehova, iNkosi yami,
    ungamandla ami,
    wenza izinyawo zami zibe njengezezindluzelekazi,
    angenze ukuba ngihambe ezindaweni zami eziphakemeyo.

Amavesi eBhayibheli osuku

Wena uyakholwa ukuthi uNkulunkulu munye na? Wenza kahle; namademoni ayakholwa, athuthumele.

Thola ivesi leBhayibheli lansuku zonke:

Isaziso nsuku zonkeI-emailFacebookAndroid-appKuwebhusayithi yakho

Ivesi leBhayibheli elingahleliwe

Kepha wathi: “Okungenzeki kubantu kungenzeka kuNkulunkulu.”Ivesi elilandelayo

Sekela iDailyVerses.net

Siza mina ukusakaza iZwi lika Nkulunkulu
Nikela