
- Thokoza kakhulu,
ndodakazi yaseSiyoni;
jabula nokujabula,
ndodakazi yaseJerusalema;
bheka, iNkosi yakho iza kuwe,
ilungile, inensindiso,
ithobekile, ikhwele imbongolo,
ithole, inkonyane yembongolokazi.
Izihloko ezihlobene
Isiprofetho
Vivinyani konke, nibambisise okuhle...
Iphasika
Kodwa ingelosi yaphendula, yathi...
Ukuthobeka
Ngokuthobeka konke nobumnene, ngokubheka...
Ukulunga
Olandela ukulunga nomusa uyafumana...
UJesu
UJesu ebabheka wathi: “Kubantu...
Ukunqoba
Lokho ngikukhulume kini ukuba...
Amavesi eBhayibheli osuku
Ngithokoza ngendlela yobufakazi bakho njengemfuyo.Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
UJehova makakubusise, akulondoloze;uJehova makakhanyise ubuso bakhe phezu kwakho,
abe nomusa kuwe;
uJehova makaphakamise ubuso bakhe phezu kwakho,
akuphe ukuthula.Ivesi elilandelayo