- Nanti izwi esalizwa kuye, sinishumayeza lona lokuthi uNkulunkulu ungukukhanya, ubumnyama abukho kuye nakanye.
- Uma sithi sinenhlanganyelo naye sibe sisahamba ebumnyameni, sinamanga, asenzi iqiniso.
- Kepha uma sihamba ekukhanyeni, njengalokhu yena uqobo esekukhanyeni, khona sinenhlanganyelo omunye nomunye, negazi likaJesu iNdodana yakhe liyasihlambulula ezonweni zonke.
- Uma sizivuma izono zethu, uthembekile, ulungile ukuba asithethelele izono, asihlambulule kukho konke ukungalungi.
Izihloko ezihlobene
Isibi
Kepha kanazi yini ukuthi...
Inkazimulo
Vuka ukhanye, ngokuba ukukhanya...
Ukuhlanzwa
Lokhu sinalezo zithembiso, bathandwa...
UNkulunkulu
UJehova uNkulunkulu wakho uphakathi...
Thembeka
Bantwanyana, masingathandi ngezwi nangolimi...
Iqiniso
Yilowo ohamba ngobuqotho nowenza...
Amavesi eBhayibheli osuku
Funani okuhle, hhayi okubi,ukuze niphile,
abe nani uJehova uNkulunkulu Sebawoti kanjalo,
njengalokhu nisho.
Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Gingqela kuJehova imisebenzi yakho,ukuze kuqiniswe amasu akho.Ivesi elilandelayo
