- Bhekani, uyeza namafu, namehlo onke ayakumbona, nabo abamgwazayo, nezizwe zonke zomhlaba ziyakulila ngaye. Yebo, Amen.
- “Mina ngingu-Alfa no-Omega,” kusho iNkosi uNkulunkulu, “okhona nowayekhona nozayo, uMninimandla onke.”
Izihloko ezihlobene
Ukuza kwesibili
Ngalokho nani hlalani nilungele...
UJesu
UJesu ebabheka wathi: “Kubantu...
Ukubethelwa
Yena owathwala izono zethu...
Ukuphila okungunaphakade
Ngizinika ukuphila okuphakade, azisoze...
Thembekile
Kepha iNkosi ithembekile, eyakuniqinisa...
UNkulunkulu
UJehova uNkulunkulu wakho uphakathi...
Amavesi eBhayibheli osuku
UJesu wathi kuye: “Mina ngingukuvuka nokuphila; okholwa yimi, noma efa, wophila. Nalowo ophila, akholwe yimi, kasoze afa naphakade. Uyakholwa yilokho na?”Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Nkulunkulu, wena unguNkulunkulu wami,ngiyakufuna ekuseni;
umphefumulo wami womele wena;
inyama yami ilangazelela wena
ezweni elomileyo eligagadekileyo,
lapho amanzi engekho khona.Ivesi elilandelayo
