Ningakhathazeki ngalutho, kepha kukho konke izicelo zenu mazaziwe nguNkulunkulu ngokukhuleka nokunxusa kanye nokubonga. Ukuthula kukaNkulunkulu okudlula ukuqonda konke kuyakulondoloza izinhliziyo zenu nemicabango yenu kuKristu Jesu.

Izihloko ezihlobene
Ukubonga
Thokozani njalo; khulekani ningaphezi...
Umkhuleko
Thokozani njalo; khulekani ningaphezi...
Ukukhathazeka
Ningakhathazeki ngalutho, kepha kukho...
Uvalo
Ungesabi, ngokuba mina nginawe...
Ukuthula
UJehova makakubusise, akulondoloze; uJehova...
Uthando
Uthando luyabekezela, uthando lumnene...
Amavesi eBhayibheli osuku
Ngokuba yimina Jehova uNkulunkulu wakhoobamba isandla sakho sokunene,
nothi kuwe: Ungesabi,
mina ngiyakusiza.
Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Ubusisiwe umuntu othemba kuJehova,nothemba lakhe linguJehova.
Ngokuba uyakuba njengomuthi otshalwe ngasemanzini,
ozenabisa izimpande zawo ngasemfuleni,
ongesabi lapho kufika ukushisa,
amaqabunga awo abe luhlaza,
angabi naluvalo ngomnyaka wesigagadu,
anganqamuki ukuthela izithelo.Ivesi elilandelayo