DailyVerses.netIzihlokoIvesi elingahleliweBhalisa

U-Isaya 57

U-Isaya 57:15 - ZUL59
  • Ngokuba usho kanje ophakamileyo nophezulu,
    ohlala kuze kube phakade,
    ogama lakhe lingoNgcwele, uthi:
    “Ngihlala endaweni ephakemeyo nengcwele,
    kepha nakuye onomoya ochotshoziweyo nothobekileyo,
    ukuvuselela umoya wabathobekileyo
    nokuphilisa izinhliziyo zabachotshoziweyo.”

Amavesi eBhayibheli osuku

Ekhanyisiwe amehlo enhliziyo yenu, nize nazi okuyithemba lobizo lwakhe nokuyingcebo yenkazimulo yefa lakhe kubo abangcwele.

Thola ivesi leBhayibheli lansuku zonke:

Isaziso nsuku zonkeI-emailFacebookAndroid-appKuwebhusayithi yakho

Ivesi leBhayibheli elingahleliwe

Ngokuba ngingubani mina, nabantu bami, bayini ukuba sibe namandla okunikela ngenhliziyo engaka na? Ngokuba konke kuvela kuwe, nokuvela esandleni sakho lokhu sikunike wena.Ivesi elilandelayo

Sekela iDailyVerses.net

Siza mina ukusakaza iZwi lika Nkulunkulu
Nikela