- U-Isaya 1
- U-Isaya 2
- U-Isaya 3
- U-Isaya 4
- U-Isaya 5
- U-Isaya 6
- U-Isaya 7
- U-Isaya 8
- U-Isaya 9
- U-Isaya 10
- U-Isaya 11
- U-Isaya 12
- U-Isaya 13
- U-Isaya 14
- U-Isaya 15
- U-Isaya 16
- U-Isaya 17
- U-Isaya 18
- U-Isaya 19
- U-Isaya 20
- U-Isaya 21
- U-Isaya 22
- U-Isaya 23
- U-Isaya 24
- U-Isaya 25
- U-Isaya 26
- U-Isaya 27
- U-Isaya 28
- U-Isaya 29
- U-Isaya 30
- U-Isaya 31
- U-Isaya 32
- U-Isaya 33
- U-Isaya 34
- U-Isaya 35
- U-Isaya 36
- U-Isaya 37
- U-Isaya 38
- U-Isaya 39
- U-Isaya 40
- U-Isaya 41
- U-Isaya 42
- U-Isaya 43
- U-Isaya 44
- U-Isaya 45
- U-Isaya 46
- U-Isaya 47
- U-Isaya 48
- U-Isaya 49
- U-Isaya 50
- U-Isaya 51
- U-Isaya 52
- U-Isaya 53
- U-Isaya 54
- U-Isaya 55
- U-Isaya 56
- U-Isaya 57
- U-Isaya 58
- U-Isaya 59
- U-Isaya 60
- U-Isaya 61
- U-Isaya 62
- U-Isaya 63
- U-Isaya 64
- U-Isaya 65
- U-Isaya 66
- Kepha abamethembayo uJehova
bayathola amandla amasha,
bayakhuphuka ngamaphiko njengezinkozi,
bagijime bengakhathali,
bahambe bengapheli amandla. - Ungesabi, ngokuba mina nginawe;
ungapheli amandla,
ngokuba mina nginguNkulunkulu wakho;
ngiyakuqinisa, futhi ngiyakusiza,
yebo, ngiyakusekela ngesandla sokunene sokulunga kwami. - Lapho udabula emanzini,
mina nginawe;
nasemifuleni, ayiyikukukhukhula;
lapho uhamba emlilweni, awuyikusha,
nelangabi aliyikukushisa. - Jehova, unguNkulunkulu wami;
ngiyakukuphakamisa,
ngidumise igama lakho,
ngokuba wenzile izimangaliso,
namasu asendulo, nokuthembeka, neqiniso. - Ngokuba yimina Jehova uNkulunkulu wakho
obamba isandla sakho sokunene,
nothi kuwe: Ungesabi,
mina ngiyakusiza. - Nguye omupha oyethileyo amandla,
nakongenamandla uyandisa izikhwepha. - Owesifazane angakhohlwa umntwana wakhe oncelayo
ukuba angabi namusa kuyo indodana yesizalo sakhe na?
Yebo, bona bangakhohlwa,
kodwa mina anginakukukhohlwa wena.
Bheka, ezandleni zami ngikubhalile,
izingange zakho ziphambi kwami njalo. - Vuka ukhanye,
ngokuba ukukhanya kwakho kuyeza;
inkazimulo kaJehova iphumela phezu kwakho. - Ngenxa yokuba ubuyigugu emehlweni ami,
futhi ubudumile, uthandekile kimi,
ngiyakunika abantu esikhundleni sakho,
nezizwe esikhundleni sokuphila kwakho. - Utshani buyabuna,
imbali iyavuthuluka,
kepha izwi likaNkulunkulu wethu
limi kuze kube phakade.
Izihloko ezihlobene
Ukulunga
Olandela ukulunga nomusa uyafumana...
UNkulunkulu
UJehova uNkulunkulu wakho uphakathi...
Thembekile
Kepha iNkosi ithembekile, eyakuniqinisa...
Insindiso
Ayikho insindiso ngomunye, ngokuba...
UJesu
UJesu ebabheka wathi: “Kubantu...
Isikhuthazo
Kepha abamethembayo uJehova bayathola...
Amavesi eBhayibheli osuku
UJehova uNkulunkulu wethu makabe nathi njengalokho ayenawobaba; makangasishiyi, angasilahli.Thola ivesi leBhayibheli lansuku zonke:
Isaziso nsuku zonkeI-emailFacebookAndroid-appKuwebhusayithi yakhoIvesi leBhayibheli elingahleliwe
Yini ukuba udangale,mphefumulo wami,
uyaluze phakathi kwami, na?
Methembe uNkulunkulu,
ngokuba ngisezakumdumisa yena
oyinsindiso yobuso bami noNkulunkulu wami.Ivesi elilandelayo