- Yayideleliwe, yashiywa ngabantu,
umuntu wobuhlungu owazi ukugula;
yeyiswa injengosithezelwa ubuso ngabantu,
asiyishayanga nto yalutho. - Kepha yazithwala izifo zethu,
yabetshatha ubuhlungu bethu,
kodwa thina sathi ijezisiwe,
ishaywe nguNkulunkulu, ihlushiwe. - Yebo, yalinyazwa ngenxa yeziphambeko zethu,
yachotshozwa ngobubi bethu;
isijeziso sasiphezu kwayo ukuba sibe nokuthula,
nangemivimbo yayo siphilisiwe thina.
Izihloko ezihlobene
UJesu
UJesu ebabheka wathi: “Kubantu...
Inhlupheko
Kepha uNkulunkulu womusa wonke...
Ukugula
Kukhona ogulayo phakathi kwenu...
Ukubethelwa
Yena owathwala izono zethu...
Isibi
Kepha kanazi yini ukuthi...
Ukuphulukisa
UJesu wayesethi kuye: “Uma...
Amavesi eBhayibheli osuku
Nasi isihlupheki esakhala,uJehova wezwa,
wasikhulula kuzo zonke izinhlupheko zaso.
Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Noma umkhiwane ungakhahleli,kungabikho izithelo emvinini,
umsebenzi womnqumo uphuthe,
amasimu angavezi ukudla,
izimvu zinqunywe esibayeni,
kungabikho nkomo ezibayeni,
nokho mina ngiyakuthokoza ngoJehova,
ngijabulele uNkulunkulu wokusindiswa kwami.Ivesi elilandelayo
