- “Yebo, izintaba zingamuka, namagquma angasuswa,
kepha umusa wami awuyikumuka kuwe,
nesivumelwano sami sokuthula asiyikususwa,”
usho uJehova okuhawukelayo. - Asikho isikhali esenzelwa wena esiyakuphumelela,
nalo lonke ulimi olukuvukelayo luyakwahlulelwa;
lokhu kuyifa lezinceku zikaJehova
nokulunga kwazo okuvela kimi, usho uJehova.
Izihloko ezihlobene
Uthando
Uthando luyabekezela, uthando lumnene...
Ukuthula
UJehova makakubusise, akulondoloze; uJehova...
Thembekile
Kepha iNkosi ithembekile, eyakuniqinisa...
Isivumelwano
Yazi-ke ukuthi uJehova uNkulunkulu...
Ububele
Maniphathane ngobumnene, nihawukelane, nithethelelane...
Ukwethemba
Themba kuJehova ngayo yonke...
Amavesi eBhayibheli osuku
Yilesi sibindi esinaso kuye sokuthi, uma sicela utho ngokwentando yakhe, uyasizwa.Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Nkulunkulu, wena unguNkulunkulu wami,ngiyakufuna ekuseni;
umphefumulo wami womele wena;
inyama yami ilangazelela wena
ezweni elomileyo eligagadekileyo,
lapho amanzi engekho khona.Ivesi elilandelayo
