- Gezani, nihlanzeke,
nisuse ububi bezenzo zenu phambi kwamehlo ami,
niyeke ukwenza okubi. - Fundani ukwenza okuhle,
nifune ukwahlulela,
niqondise abacindezeli,
nahlulele izintandane,
nimele umfelokazi. - “Wozani-ke, sithethe indaba,”
usho uJehova;
“noma izono zenu zibomvu kakhulu,
ziyakuba mhlophe njengeqhwa;
noma zibomvu njengokububende,
ziyakuba njengoboya bezimvu.”
Izihloko ezihlobene
Isibi
Kepha kanazi yini ukuthi...
Ukuhlanzwa
Lokhu sinalezo zithembiso, bathandwa...
Okubi
Unganqotshwa ngokubi, kodwa nqoba...
Ukulunga
Olandela ukulunga nomusa uyafumana...
Umakhelwane
Owesibili yilo: ‘Womthanda umakhelwame...
Abafelokazi
Yazisa abafelokazi abangabafelokazi ngoqobo...
Amavesi eBhayibheli osuku
Wena Jehova ungangigodleli ububele bakho;umusa wakho neqiniso lakho makungilonde njalo.
Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Bongani uJehova, ngokuba muhle,ngokuba umusa wakhe umi phakade.Ivesi elilandelayo
