- Niyakusho ngalolo suku ukuthi:
“Bongani uJehova,
nibize igama lakhe,
nizazise izenzo zakhe phakathi kwezizwe,
nimemezele ukuthi igama lakhe liphakeme.” - Hlabelelani kuJehova,
ngokuba wenzile izinto ezinkulu;
lokhu makwazeke emhlabeni wonke.
Izihloko ezihlobene
Khulekela
Jehova, unguNkulunkulu wami; ngiyakukuphakamisa...
Ukukhuluma
Ukufa nokuphila kusemandleni olimi...
Ukuvangela
Ngokuba iNkosi isiyalezile kanjalo...
Indumiso
Jehova, unguNkulunkulu wami; ngiyakukuphakamisa...
Ukucula
Kepha mina ngizakuhlabelela ngamandla...
Umhlaba
Ningathandi izwe nezinto ezisezweni...
Amavesi eBhayibheli osuku
Nakalokhu, bantwanyana, hlalani kuye, ukuze, nxa ebonakala, sibe nesibindi, singabi namahloni sinyibe kuye ekubonakaleni kwakhe.Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Owesifazane angakhohlwa umntwana wakhe oncelayoukuba angabi namusa kuyo indodana yesizalo sakhe na?
Yebo, bona bangakhohlwa,
kodwa mina anginakukukhohlwa wena.
Bheka, ezandleni zami ngikubhalile,
izingange zakho ziphambi kwami njalo.Ivesi elilandelayo
