
- Ngokuba usho kanje ophakamileyo nophezulu,
ohlala kuze kube phakade,
ogama lakhe lingoNgcwele, uthi:
“Ngihlala endaweni ephakemeyo nengcwele,
kepha nakuye onomoya ochotshoziweyo nothobekileyo,
ukuvuselela umoya wabathobekileyo
nokuphilisa izinhliziyo zabachotshoziweyo.”
Izihloko ezihlobene
Ubungcwele
Lokhu sinalezo zithembiso, bathandwa...
Insindiso
Ayikho insindiso ngomunye, ngokuba...
Ukuphila
UJehova uyakukulondoloza ebubini bonke...
Uthando
Uthando luyabekezela, uthando lumnene...
Ngiyethemba
“Ngokuba ngiyazi mina imicabango...
Inkolo
Ngalokho ngithi kini: Konke...
Amavesi eBhayibheli osuku
Bhekani izingwababana ukuthi azihlwanyeli, azivuni, azinaxhiba nanqolobane, kepha uNkulunkulu uyazondla; nina nizidlula kakhulu kangakanani izinyoni.Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Yini ukuba udangale,mphefumulo wami,
uyaluze phakathi kwami, na?
Methembe uNkulunkulu,
ngokuba ngisezakumdumisa yena
oyinsindiso yobuso bami noNkulunkulu wami.Ivesi elilandelayo