- Akusikho lokhu kuzila engikukhethileyo yini:
ukuthukulula izibopho zobubi
nokuxegisa imichilo yejoka;
ukukhulula abacindezelwayo
nokwaphula onke amajoka na? - “Uma ulubuyisa unyawo lwakho kulo isabatha,
ukuze ungenzi umsebenzi wakho ngosuku lwami olungcwele,
ulibize isabatha ngokuthi intokozo,
nolungcwele lukaJehova ngokuthi lunodumo,
uludumise, ungahambi ngezindlela zakho,
ungawuqhubi umsebenzi wakho, ukhulume ize,
khona uyakuzijabulisa kuJehova,
ngikukhweze ezindaweni eziphakemeyo zomhlaba,
ngikuphe ukuba ulidle ifa likaJakobe uyihlo,”
ngokuba umlomo kaJehova ukukhulumile.
Izihloko ezihlobene
Ukuzila ukudla
Sase sizila-ke, sanxusa uNkulunkulu...
Umakhelwane
Owesibili yilo: ‘Womthanda umakhelwame...
Ubugqila
UKristu wasikhulula ukuba sibe...
ISabatha
Khumbula usuku lwesabatha, ulungcwelise...
Uthando
Uthando luyabekezela, uthando lumnene...
Ngiyethemba
“Ngokuba ngiyazi mina imicabango...
Amavesi eBhayibheli osuku
Umusa weNkosi uJesu Kristu mawube nomoya wenu.Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Kepha abamethembayo uJehovabayathola amandla amasha,
bayakhuphuka ngamaphiko njengezinkozi,
bagijime bengakhathali,
bahambe bengapheli amandla.Ivesi elilandelayo
