- Umuhle wonke, sithandwa sami,
akukho sisihla kuwe. - Ngifake njengophawu enhliziyweni yakho,
njengophawu engalweni yakho,
ngokuba uthando lunamandla njengokufa;
isikhwele silukhuni njengendawo yabafileyo;
amalangabi alo angamalangabi omlilo,
ilangabi likaJehova.
Izihloko ezihlobene
Ubuhle
Umuhle wonke, sithandwa sami...
Ubudlelwano
Nakuba umuntu ahlula oyedwa...
Umshado
Ofumana umfazi uthola okuhle...
Uthando
Uthando luyabekezela, uthando lumnene...
Inhliziyo
Phezu kwakho konke okugcinayo...
Ukufa
UJesu wathi kuye: “Mina...
Amavesi eBhayibheli osuku
Bekani ijoka lami phezu kwenu, nifunde kimi, ngokuba ngimnene, ngithobile ngenhliziyo; khona imiphefumulo yenu iyakufumana impumuzo. Ngokuba ijoka lami lihle, nomthwalo wami ulula.Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Ungesabi, ngokuba mina nginawe;ungapheli amandla,
ngokuba mina nginguNkulunkulu wakho;
ngiyakuqinisa, futhi ngiyakusiza,
yebo, ngiyakusekela ngesandla sokunene sokulunga kwami.Ivesi elilandelayo
