UJesu wathi: “Ngiqinisile ngithi kini: Akukho muntu oshiye indlu, noma abafowabo, noma odadewabo, noma unina, noma uyise, noma abantwana, noma amazwe ngenxa yami nangenxa yevangeli, ongayikwamukeliswa ngekhulu: manje kulesi sikhathi izindlu, nabafowabo, nawodadewabo, nawonina, nabantwana, namazwe kanye nokuzingelwa, nasenkathini ezayo ukuphila okuphakade.”

Izihloko ezihlobene
Ukuvangela
Ngokuba iNkosi isiyalezile kanjalo...
Isibusiso
UJehova makakubusise, akulondoloze; uJehova...
Ushushiso
Yebo, bonke abathanda ukuhamba...
Ukuphila okungunaphakade
Ngizinika ukuphila okuphakade, azisoze...
Uthando
Uthando luyabekezela, uthando lumnene...
Ngiyethemba
“Ngokuba ngiyazi mina imicabango...
Amavesi eBhayibheli osuku
Ngokuba izwi likaJehova lilungile;zonke izenzo zakhe ziyakholeka.
Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Noma umkhiwane ungakhahleli,kungabikho izithelo emvinini,
umsebenzi womnqumo uphuthe,
amasimu angavezi ukudla,
izimvu zinqunywe esibayeni,
kungabikho nkomo ezibayeni,
nokho mina ngiyakuthokoza ngoJehova,
ngijabulele uNkulunkulu wokusindiswa kwami.Ivesi elilandelayo