- Wayesethi kubo: “Kanti nani ningabangaqondiyo na? Aniqondi yini ukuthi konke okungaphandle okungena kumuntu kungemngcolise na? Ngokuba akungeni enhliziyweni yakhe, kodwa kungena esiswini, kuphumele ngaphandle, kuhlambulula ukudla konke.”
- Wayesethi: “Okuphumayo kumuntu yilokho okumngcolisayo umuntu; ngokuba ngaphakathi enhliziyweni yabantu kuphuma imicabango emibi, nobufebe, nokweba, nokubulala, nokuphinga, nokufisa, nokushinga, nenkohliso, nokungabi nanhloni, neso elibi, nokuhlambalaza, nokuzidla, nobuwula. Zonke lezo zinto ezimbi zivela ngaphakathi, zimngcolise umuntu.”
Izihloko ezihlobene
Ukudla
Ngokuba usuthisa umphefumulo olangazelayo...
Umzimba
Kepha anazi yini ukuthi...
Inhliziyo
Phezu kwakho konke okugcinayo...
Isibi
Kepha kanazi yini ukuthi...
Ukuhlanzwa
Lokhu sinalezo zithembiso, bathandwa...
Isilingo
Anifikelwanga ukulingwa okungenjengokwabantu; kepha...
Amavesi eBhayibheli osuku
Wayesehlala phansi, wababiza abayishumi nambili, wathi kubo: “Uma umuntu ethanda ukuba ngowokuqala, makabe ngowokugcina kubo bonke nesikhonzi sabo bonke.”Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Isihhe neqiniso makungakushiyi;kubophe entanyeni yakho,
ukulobe esibhebheni senhliziyo yakho,
ukuze uthole umusa nodumo oluhle emehlweni kaNkulunkulu nabantu.Ivesi elilandelayo
