- Esakhuluma, bheka ifu elikhanyayo labasithibeza; bheka, kwavela izwi efwini, lathi: “Lo uyiNdodana yami ethandekayo engithokozile ngayo; yizweni.”
- Wayesethi kubo: “Kungenxa yokukholwa kwenu okuncane. Ngokuba ngiqinisile ngithi kini: Uma ninokukholwa njengembewu yesinaphi, niyakuthi kule ntaba: ‘Suka lapha, uye laphaya,’ iyakusuka; akukho okuyakunahlula.”
Izihloko ezihlobene
UNkulunkulu
UJehova uNkulunkulu wakho uphakathi...
Injabulo
Thokozani njalo; khulekani ningaphezi...
UJesu
UJesu ebabheka wathi: “Kubantu...
Ukwethemba
Themba kuJehova ngayo yonke...
Inkolo
Ngalokho ngithi kini: Konke...
Izimangaliso
UJesu ebabheka wathi: “Kubantu...
Amavesi eBhayibheli osuku
Okholwa yiyo kahlulelwa; ongakholwa usahlulelwe, lokhu engakholwanga egameni leNdodana ezelwe yodwa kaNkulunkulu.Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Ungesabi, ngokuba mina nginawe;ungapheli amandla,
ngokuba mina nginguNkulunkulu wakho;
ngiyakuqinisa, futhi ngiyakusiza,
yebo, ngiyakusekela ngesandla sokunene sokulunga kwami.Ivesi elilandelayo
