- NgokukaMathewu 1
- NgokukaMathewu 2
- NgokukaMathewu 3
- NgokukaMathewu 4
- NgokukaMathewu 5
- NgokukaMathewu 6
- NgokukaMathewu 7
- NgokukaMathewu 8
- NgokukaMathewu 9
- NgokukaMathewu 10
- NgokukaMathewu 11
- NgokukaMathewu 12
- NgokukaMathewu 13
- NgokukaMathewu 14
- NgokukaMathewu 15
- NgokukaMathewu 16
- NgokukaMathewu 17
- NgokukaMathewu 18
- NgokukaMathewu 19
- NgokukaMathewu 20
- NgokukaMathewu 21
- NgokukaMathewu 22
- NgokukaMathewu 23
- NgokukaMathewu 24
- NgokukaMathewu 25
- NgokukaMathewu 26
- NgokukaMathewu 27
- NgokukaMathewu 28
- Zanini kimi nina nonke enikhatheleyo nenisindwayo, mina ngizakuniphumuza.
- Ngokuba uma nithethelela abantu iziphambeko zabo, noYihlo wasezulwini uyakunithethelela nani.
- UJesu wayesethi: “Vumelani abantwana, ningabenqabeli ukuza kimi, ngokuba umbuso wezulu ungowabanjalo.”
- Ngokuba lapho kubuthene ababili noma abathathu egameni lami, ngikhona lapho phakathi kwabo.
- Kepha wena, nxa ukhuleka, ngena ekamelweni lakho, uthi usuvale umnyango wakho ukhuleke kuYihlo osekusithekeni; noYihlo obona ekusithekeni uzakukuvuza.
- Ngalokho yilowo nalowo owezwa lawa mazwi ami, awenze, uyakufaniswa nendoda ehlakaniphileyo eyakha indlu yayo phezu kwedwala.
- Kodwa funani kuqala umbuso kaNkulunkulu nokulunga kwakhe, khona konke lokhu kuyakwenezelwa nina.
- Kodwa nxa nikhuleka, ningathemelezi njengabezizwe, ngokuba bathi bayakuzwiwa ngokukhuluma kwabo okuningi.
- Kepha hambani nifunde ukuba kuthini ukuthi: ‘Ngifuna isihawu, hhayi umhlatshelo.’ Ngokuba angizanga ukubiza abalungileyo kepha izoni ukuba ziphenduke.
- Bukani izinyoni zezulu ukuthi azihlwanyeli, azivuni, azibekeleli ezinqolobaneni; nokho uYihlo wasezulwini uyazondla. Nina kanizidluli kakhulu na?
Izihloko ezihlobene
UJesu
UJesu ebabheka wathi: “Kubantu...
Umbuso
Kepha kanazi yini ukuthi...
IZulu
Ngokuba iNkosi uqobo iyakwehla...
UBaba
Njengoyise ehawukela abantwana bakhe...
Umkhuleko
Thokozani njalo; khulekani ningaphezi...
Umvuzo
Konke enikwenzayo kwenzeni ngenhliziyo...
Amavesi eBhayibheli osuku
Nokho kithina kukhona uNkulunkulu munye, uYise, okuvela kuye konke, nathi sikhonela yena, nenkosi inye, uJesu Kristu, okungaye konke, nathi sikhona ngaye.Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Ubusisiwe umuntu othemba kuJehova,nothemba lakhe linguJehova.
Ngokuba uyakuba njengomuthi otshalwe ngasemanzini,
ozenabisa izimpande zawo ngasemfuleni,
ongesabi lapho kufika ukushisa,
amaqabunga awo abe luhlaza,
angabi naluvalo ngomnyaka wesigagadu,
anganqamuki ukuthela izithelo.Ivesi elilandelayo
