- Phulukisani abagulayo, nivuse abafileyo, nihlambulule abanochoko, nikhiphe amademoni. Namukelisiwe ngesihle, yiphani ngesihle.
- Ningabesabi ababulala umzimba bengenamandla okubulala umphefumulo, kepha kakhulu mesabeni onamandla okubhubhisa nomphefumulo nomzimba esihogweni.
- Akuthengwa yini imizwilili emibili ngendibilishi na? Kepha akuyikuwa phansi namunye kuyo ngaphandle kukaYihlo. Kodwa kini zibaliwe nezinwele zonke zekhanda lenu. Ngakho maningesabi; nina niyayidlula imizwilili eminingi.
- Ningasho ukuthi ngize ukuletha ukuthula emhlabeni; angizanga ukuletha ukuthula kepha inkemba.
- Nongathabathi isiphambano sakhe, angilandele, kangifanele.
- Ofumana ukuphila kwakhe uyakulahlekelwa yikho; olahlekelwa ngukuphila kwakhe ngenxa yami uyakukufumana.
Izihloko ezihlobene
Uvalo
Ungesabi, ngokuba mina nginawe...
UJesu
UJesu ebabheka wathi: “Kubantu...
Inhlupheko
Kepha akusikho lokho kuphela...
Ukuphulukisa
UJesu wayesethi kuye: “Uma...
Ukupha
Yilowo nalowo anikele njengalokho...
Ukwamukela
Ngalokho ngithi kini: Konke...
Amavesi eBhayibheli osuku
Gingqela kuJehova imisebenzi yakho,ukuze kuqiniswe amasu akho.
Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Noma umkhiwane ungakhahleli,kungabikho izithelo emvinini,
umsebenzi womnqumo uphuthe,
amasimu angavezi ukudla,
izimvu zinqunywe esibayeni,
kungabikho nkomo ezibayeni,
nokho mina ngiyakuthokoza ngoJehova,
ngijabulele uNkulunkulu wokusindiswa kwami.Ivesi elilandelayo
