- Izixuku ezazihamba phambili nezazimlandela zamemeza zathi:
“Hosiyana kuyo iNdodana kaDavide!
Ubusisiwe ozayo egameni leNkosi.
Hosiyana kweliphezulu!” - UJesu wayesephendula, ethi kubo: “Ngiqinisile ngithi kini: Uma ninokukholwa, ningangabazi, aniyikwenza okomkhiwane kuphela, kodwa noma nithi kule ntaba: ‘Nqukuleka, uphonseke elwandle,’ kuyakwenzeka.”
- Nakho konke eningakucela ngokukhuleka nikholwa niyakukwamukeliswa.
Izihloko ezihlobene
Inkolo
Ngalokho ngithi kini: Konke...
UJesu
UJesu ebabheka wathi: “Kubantu...
Khulekela
Jehova, unguNkulunkulu wami; ngiyakukuphakamisa...
Iphasika
Kodwa ingelosi yaphendula, yathi...
Ukukhuluma
Ukufa nokuphila kusemandleni olimi...
Izimangaliso
UJesu ebabheka wathi: “Kubantu...
Amavesi eBhayibheli osuku
Ukuphila okuphakade yilokhu ukuba bazi wena Nkulunkulu wedwa oqinisileyo, nomthumileyo, uJesu Kristu.Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Ngizwise umusa wakho ekuseni,ngokuba ngiyethemba kuwe;
ngazise indlela engifanele ukuhamba ngayo,
ngokuba ngiphakamisela kuwe umphefumulo wami.Ivesi elilandelayo
