- Phendukani, ngokuba umbuso wezulu ususondele!
- Yena uJohane wayenengubo yoboya bekamela noqhotho lwesikhumba okhalweni lwakhe; ukudla kwakhe kwakuyizinkumbi nezinyosi zasendle.
- Ngakho vezani izithelo ezifanele ukuphenduka.
- Mina nginibhapathiza ngamanzi, kube ngukuphenduka; kepha yena oza emva kwami unamandla kunami engingafanele ukuthwala izicathulo zakhe; yena uzakunibhapathiza ngoMoya oNgcwele nangomlilo.
- Bheka, kwavela izwi ezulwini, lithi: “Lo uyiNdodana yami ethandekayo engithokozile ngayo.”
Izihloko ezihlobene
Ukuphenduka
Bazithobe abantu bami ababizwa...
Ukuguqulwa
Bazithobe abantu bami ababizwa...
Umbuso
Kepha kanazi yini ukuthi...
IZulu
Ngokuba iNkosi uqobo iyakwehla...
Ukusondela
UJehova unani, uma ninaye...
Izembatho
Ukuhloba kwenu makungabi ngokungaphandle...
Amavesi eBhayibheli osuku
Yeka, uma bengingathembanga ukubonaokuhle kukaJehova ezweni labaphilayo!
Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Yini ukuba udangale,mphefumulo wami,
uyaluze phakathi kwami, na?
Methembe uNkulunkulu,
ngokuba ngisezakumdumisa yena
oyinsindiso yobuso bami noNkulunkulu wami.Ivesi elilandelayo
