- Ngokuba usho kanje uJehova kuyo indlu yakwa-Israyeli, uthi:
“Ngifuneni, niphile.” - Funani okuhle, hhayi okubi,
ukuze niphile,
abe nani uJehova uNkulunkulu Sebawoti kanjalo,
njengalokhu nisho. - Kepha ukwahlulela makugobhoze njengamanzi,
nokulunga njengomfula onganqamukiyo.
Izihloko ezihlobene
Ukufuna
Niyakungifuna, ningifumane, lapho ningifunisisa...
Ukuphila
UJehova uyakukulondoloza ebubini bonke...
Ubungcwele
Lokhu sinalezo zithembiso, bathandwa...
Umvuzo
Konke enikwenzayo kwenzeni ngenhliziyo...
Umthetho
Lawa mazwi engikuyala ngawo...
Ukulunga
Olandela ukulunga nomusa uyafumana...
Amavesi eBhayibheli osuku
Yazisa uyihlo nonyoko, ukuze izinsuku zakho zibe zinde ezweni uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona.Thola ivesi leBhayibheli lansuku zonke:
Isaziso nsuku zonkeI-emailFacebookAndroid-appKuwebhusayithi yakhoIvesi leBhayibheli elingahleliwe
Noma umkhiwane ungakhahleli,kungabikho izithelo emvinini,
umsebenzi womnqumo uphuthe,
amasimu angavezi ukudla,
izimvu zinqunywe esibayeni,
kungabikho nkomo ezibayeni,
nokho mina ngiyakuthokoza ngoJehova,
ngijabulele uNkulunkulu wokusindiswa kwami.Ivesi elilandelayo