- Ayesevuleka amehlo abo bobabili, babona ukuthi bahamba ze; bathunga amaqabunga omkhiwane, bazenzela izibhinco.
- UJehova uNkulunkulu wabenzela u-Adamu nomkakhe iziphuku, wabembathisa.
- UJehova uNkulunkulu wathi: “Bheka, u-Adamu usenjengomunye wethu, uyakwazi okuhle nokubi; kepha manje makangeluli isandla sakhe, athathe nakuwo umuthi wokuphila, adle, aphile kuze kube phakade.” UJehova uNkulunkulu wammukisa ensimini yase-Edene ukuba alime umhlabathi athathwe kuwo.
Izihloko ezihlobene
Izembatho
Ukuhloba kwenu makungabi ngokungaphandle...
Isibi
Kepha kanazi yini ukuthi...
Ukuphila okungunaphakade
Ngizinika ukuphila okuphakade, azisoze...
Ukuphila
UJehova uyakukulondoloza ebubini bonke...
Okuhle
Maniphathane ngobumnene, nihawukelane, nithethelelane...
Okubi
Unganqotshwa ngokubi, kodwa nqoba...
Amavesi eBhayibheli osuku
Noma ngabela abampofu konke enginakho, noma nginikela umzimba wami ukuba ushiswe, kepha ngingenalo uthando, akungisizi ngalutho.Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Owesifazane angakhohlwa umntwana wakhe oncelayoukuba angabi namusa kuyo indodana yesizalo sakhe na?
Yebo, bona bangakhohlwa,
kodwa mina anginakukukhohlwa wena.
Bheka, ezandleni zami ngikubhalile,
izingange zakho ziphambi kwami njalo.Ivesi elilandelayo
