
- Ngokuba imikhuba yabantu iyize,
lokhu kugawulwa umuthi ehlathini;
ngumsebenzi wesandla sesisebenzi ngembazo.
Bawenza ube muhle ngesiliva nangegolide,
bawubethela ngezipikili nangezando
ukuba ungazamazami.
Ungumsebenzi okhandiweyo, awukhulumi;
uyathwalwa nokuthwalwa,
ngokuba awuhambi.
Ungawesabi, ngokuba awenzi okubi,
nokuhle awunakukwenza.
Izihloko ezihlobene
Izithombe ezibaziweyo
Bantwanyana, zilindeni ezithombeni...
Uvalo
Ungesabi, ngokuba mina nginawe...
Uthando
Uthando luyabekezela, uthando lumnene...
Ngiyethemba
“Ngokuba ngiyazi mina imicabango...
Inkolo
Ngalokho ngithi kini: Konke...
Umndeni
Lawa mazwi engikuyala ngawo...
Amavesi eBhayibheli osuku
Kuyakuthi uma ulalela nokulalela izwi likaJehova uNkulunkulu wakho, uqaphele ukuyenza yonke imiyalo yakhe engikuyala ngayo namuhla, uJehova uNkulunkulu wakho akuphakamise phezu kwazo zonke izizwe zomhlaba.Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Ngumusa kaJehova ukuthi asiqediwe,ngokuba ububele bakhe abupheli.
Busha ekuseni njalo;
ukuthembeka kwakho kukhulu.Ivesi elilandelayo