- Futhi ngabona wonke umshikashika nakho konke okwenziwe ngekhono ukuthi kungumhawu womuntu ngomakhelwane wakhe. Nalokho kuyize nokufuna umoya.
- Kungcono ababili kunoyedwa,
ngokuba banomvuzo omkhulu ngomshikashika wabo. - Ngokuba uma bewa,
omunye uyavusa umngane wakhe;
kepha maye kuye oyedwa lapho ewa,
engenawesibili wokumvusa! - Nakuba umuntu ahlula oyedwa,
ababili bayakuma phambi kwakhe,
nentambo emicu mithathu ayisheshi ukugqashuka.
Izihloko ezihlobene
Ubungani
Umngane uthanda ngezikhathi zonke...
Ubudlelwano
Nakuba umuntu ahlula oyedwa...
Umsebenzi
Konke enikwenzayo kwenzeni ngenhliziyo...
Umakhelwane
Owesibili yilo: ‘Womthanda umakhelwame...
Izifiso
Kepha ngithi: Hambani ngoMoya...
Ukuthanda izinto ezibambekayo
Ngokuba asilethanga lutho ezweni...
Amavesi eBhayibheli osuku
Phakama, Nkulunkulu,phezu kwezulu,
inkazimulo ibe phezu komhlaba wonke.