DailyVerses.netIzihlokoIvesi elingahleliweBhalisa

Novemba 27, 2023

NgokukaJohane 4:14 - ZUL59
Kepha lowo oyakuphuza amanzi engiyakumnika wona kasayikoma naphakade; kepha amanzi engiyakumnika wona, phakathi kwakhe ayakuba ngumthombo wamanzi aphuphumayo, kube ngukuphila okuphakade.