- Makwandiswe kini umusa nokuthula nothando.
- Kepha nina bathandekayo, yakhelanani ekukholweni kwenu okungcwele kakhulu, nikhuleke ngoMoya oNgcwele, nizigcine othandweni lukaNkulunkulu, nibheke umusa weNkosi yethu uJesu Kristu, kube ngukuphila okuphakade.
- Abasho ukuthi ngesikhathi sokugcina kuyakuba khona abahleka usulu, behamba ngezinkanuko zabo zokungamesabi uNkulunkulu. Yilabo abaveza ukwahlukana, bengabenyama bengenaMoya.
Izihloko ezihlobene
Uthando
Uthando luyabekezela, uthando lumnene...
Isonto
Masiqaphelane, ukuze kuvuswe uthando...
Isibusiso
UJehova makakubusise, akulondoloze; uJehova...
Ukuthula
UJehova makakubusise, akulondoloze; uJehova...
Inkolo
Ngalokho ngithi kini: Konke...
UMoya Oyingcele
INkosi inguye uMoya; kepha...
Amavesi eBhayibheli osuku
Owasikhulula emandleni obumnyama nowasibeka embusweni weNdodana yothando lwakhe; okukuyo sinokuhlengwa, ukuthethelelwa kwezono.Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Ngenxa yokuba ubuyigugu emehlweni ami,futhi ubudumile, uthandekile kimi,
ngiyakunika abantu esikhundleni sakho,
nezizwe esikhundleni sokuphila kwakho.Ivesi elilandelayo
