Ngase ngizwa izwi elikhulu livela esihlalweni sobukhosi, lithi: “Bheka, itabernakele likaNkulunkulu likubantu; uyakuhlala nabo, babe ngabantu bakhe, yena uNkulunkulu abe nabo, azesule izinyembezi zonke emehlweni abo; ukufa akusayikuba khona; nokudabuka, nokukhala, nobuhlungu akusayikuba khona; ngokuba okokuqala kudlulile.”

Izihloko ezihlobene
UNkulunkulu
UJehova uNkulunkulu wakho uphakathi...
Ukudabuka
Labo bayakhala, uJehova uyezwa...
Ukukhathazeka
Ningakhathazeki ngalutho, kepha kukho...
Ukufa
UJesu wathi kuye: “Mina...
Ukuphila okungunaphakade
Ngizinika ukuphila okuphakade, azisoze...
Ukugula
Kukhona ogulayo phakathi kwenu...
Amavesi eBhayibheli osuku
Lawa mazwi engikuyala ngawo namuhla ayakuba senhliziyweni yakho, ubafundise impela wona abantwana bakho, uwakhulume lapho uhlezi endlini yakho, nalapho uhamba endleleni, nalapho ulala, nalapho uvuka.Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Bongani uJehova, ngokuba muhle,ngokuba umusa wakhe umi phakade.Ivesi elilandelayo