Nina ningabakayihlo uSathane, nithanda ukwenza izinkanuko zikayihlo. Yena wayengumbulali wabantu kwasekuqaleni, akemi eqinisweni, ngokuba iqiniso lingekho kuye. Nxa ekhuluma amanga, ukhuluma okungokwakhe, lokhu engumqambimanga noyise wawo.

Izihloko ezihlobene
USathane
Qondani, nilinde. Isitha senu...
Izifiso
Kepha ngithi: Hambani ngoMoya...
Iqiniso
Yilowo ohamba ngobuqotho nowenza...
Ukuqamba amanga
Izindebe zamanga ziyisinengiso kuJehova...
Ukufa
UJesu wathi kuye: “Mina...
Isibi
Kepha kanazi yini ukuthi...
Amavesi eBhayibheli osuku
Kepha uNkulunkulu unamandla okunipha umusa wonke uvame, ukuze kuthi ninokwanela konke ezintweni zonke ngezikhathi zonke, nivame imisebenzi yonke emihle.Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Yini ukuba udangale,mphefumulo wami,
uyaluze phakathi kwami, na?
Methembe uNkulunkulu,
ngokuba ngisezakumdumisa yena
oyinsindiso yobuso bami noNkulunkulu wami.Ivesi elilandelayo