- Ngakho uJesu waphinda wakhuluma kubo, wathi: “Mina ngingukukhanya kwezwe; ongilandelayo kasoze ahamba ebumnyameni, kodwa woba nokukhanya kokuphila.”
- Khona uJesu wathi kubaJuda abase bekholiwe nguye: “Uma nimi ezwini lami, ningabafundi bami isibili; niyakulazi iqiniso, neqiniso liyakunikhulula.”
- UJesu wabaphendula wathi: “Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: Yilowo nalowo owenza isono uyisigqila sesono.”
- Ngakho-ke uma iNdodana inikhulula, niyakuba ngabakhululekileyo impela.
- Nina ningabakayihlo uSathane, nithanda ukwenza izinkanuko zikayihlo. Yena wayengumbulali wabantu kwasekuqaleni, akemi eqinisweni, ngokuba iqiniso lingekho kuye. Nxa ekhuluma amanga, ukhuluma okungokwakhe, lokhu engumqambimanga noyise wawo.
Izihloko ezihlobene
Umlutha
Konke kuvunyelwe kimi, kepha...
UJesu
UJesu ebabheka wathi: “Kubantu...
Ukulandela
Niyakuhamba njalo endleleni uJehova...
Iqiniso
Yilowo ohamba ngobuqotho nowenza...
Inkululeko
UKristu wasikhulula ukuba sibe...
Isibi
Kepha kanazi yini ukuthi...
Amavesi eBhayibheli osuku
Yeka, uma bengingathembanga ukubonaokuhle kukaJehova ezweni labaphilayo!
Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Ngokuba iNkosi isiyalezile kanjalo ukuthi:“ ‘Ngikubekile ube ngukukhanya kwabezizwe,
ube yinsindiso kuze kube semkhawulweni womhlaba.’ ”Ivesi elilandelayo
