
- Manje-ke, Israyeli, uJehova uNkulunkulu wakho ufunani kuwe ngaphandle kokuba umesabe uJehova uNkulunkulu wakho, uhambe ngezindlela zakhe zonke, umthande, umkhonze uJehova uNkulunkulu wakho ngayo yonke inhliziyo yakho, nangawo wonke umphefumulo wakho, ugcine imiyalo kaJehova nezimiso zakhe engakuyala ngakho ngalolo suku ukuba kube kuhle kuwe, na?
Izihloko ezihlobene
Umthetho
Lawa mazwi engikuyala ngawo...
Mangala
Ukumesaba uJehova kungukuzonda okubi...
Isibusiso
UJehova makakubusise, akulondoloze; uJehova...
Ukukhonza
Ngakho-ke, bazalwane bami abathandekayo...
Uthando
Uthando luyabekezela, uthando lumnene...
Ngiyethemba
“Ngokuba ngiyazi mina imicabango...
Amavesi eBhayibheli osuku
Akuthengwa yini imizwilili eyisihlanu ngezindibilishi ezimbili na? Akukhohlakele namunye kuyo emehlweni kaNkulunkulu. Kodwa nezinwele zekhanda lenu zibaliwe zonke. Maningesabi; nidlula imizwilili eminingi.Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Ndodana yami,gcina umyalo kayihlo,
ungawushiyi umthetho kanyoko.Ivesi elilandelayo