- UDuteronomi 1
- UDuteronomi 2
- UDuteronomi 3
- UDuteronomi 4
- UDuteronomi 5
- UDuteronomi 6
- UDuteronomi 7
- UDuteronomi 8
- UDuteronomi 9
- UDuteronomi 10
- UDuteronomi 11
- UDuteronomi 12
- UDuteronomi 13
- UDuteronomi 14
- UDuteronomi 15
- UDuteronomi 16
- UDuteronomi 17
- UDuteronomi 18
- UDuteronomi 19
- UDuteronomi 20
- UDuteronomi 21
- UDuteronomi 22
- UDuteronomi 23
- UDuteronomi 24
- UDuteronomi 25
- UDuteronomi 26
- UDuteronomi 27
- UDuteronomi 28
- UDuteronomi 29
- UDuteronomi 30
- UDuteronomi 31
- UDuteronomi 32
- UDuteronomi 33
- UDuteronomi 34
- Lawa mazwi engikuyala ngawo namuhla ayakuba senhliziyweni yakho, ubafundise impela wona abantwana bakho, uwakhulume lapho uhlezi endlini yakho, nalapho uhamba endleleni, nalapho ulala, nalapho uvuka.
- UJehova nguye ohamba phambi kwakho; uyakuba nawe; akayikukuyeka, akushiye; ungesabi, ungabi nangebhe.
- Niyakuhamba njalo endleleni uJehova uNkulunkulu wenu aniyale ngayo, ukuze niphile, kube kuhle kini, nandise izinsuku zenu ezweni eniyakulidla.
- Qinani, nime isibindi, ningesabi, ningashaywa luvalo ngabo, ngokuba uJehova uNkulunkulu wakho nguyena ohamba nawe; akayikukuyeka, akushiye.
- Kuyakuthi uma ulalela nokulalela izwi likaJehova uNkulunkulu wakho, uqaphele ukuyenza yonke imiyalo yakhe engikuyala ngayo namuhla, uJehova uNkulunkulu wakho akuphakamise phezu kwazo zonke izizwe zomhlaba.
- Yazi-ke ukuthi uJehova uNkulunkulu wakho unguNkulunkulu, uNkulunkulu othembekileyo, ogcina isivumelwano nomusa nabamthandayo abagcina imiyalo yakhe kuze kube sezizukulwaneni eziyinkulungwane.
- Uma nina niselapho nimfuna uJehova uNkulunkulu wenu, niyakumfumana, uma nimfuna ngayo yonke inhliziyo yenu nangawo wonke umphefumulo wenu.
- Ngokukuyala namuhla ukuba umthande uJehova uNkulunkulu wakho, uhambe ngezindlela zakhe, ugcine imiyalo yakhe, nezimiso zakhe, nezahlulelo zakhe, ukuze uphile, wande, uJehova uNkulunkulu wakho akubusise ezweni ongena kulo ukulidla.
- Niyakuhamba emva kukaJehova uNkulunkulu wenu, nimesabe, niyigcine imiyalo yakhe, nililalele izwi lakhe, nimkhonze, ninamathele kuye.
- Sengathi kungaba khona kubo inhliziyo enjalo ukuba bangesabe, bagcine njalo yonke imiyalelo yami, kube kuhle kubo nakubantwana babo kuze kube phakade.
Izihloko ezihlobene
Umthetho
Lawa mazwi engikuyala ngawo...
Ukulalela umthetho
UJesu waphendula, wathi kuye...
Isibusiso
UJehova makakubusise, akulondoloze; uJehova...
Ukulandela
Niyakuhamba njalo endleleni uJehova...
Thembekile
Kepha iNkosi ithembekile, eyakuniqinisa...
UNkulunkulu
UJehova uNkulunkulu wakho uphakathi...
Amavesi eBhayibheli osuku
Nguye kuphela oyidwala lami nensindiso yami,inqaba yami; angiyikunyakaziswa.