- Kepha uma omubi ebuya kuzo zonke izono zakhe azenzileyo, agcine zonke izimiso zami, enze ukwahlulela nokulunga, uyakuphila nokuphila; kayikufa.
- Ngiyenamela nokwenamela ukufa komubi yini, isho iNkosi uJehova, kungabi ukuba abuye endleleni yakhe, aphile, na?
- Phendukani, nibuye ezeqweni zenu zonke, ububi bungabi yisikhubekiso senu.
- Ngokuba angenameli ukufa kofayo, isho iNkosi uJehova; ngalokho buyani, niphile.
Izihloko ezihlobene
Ukuguqulwa
Bazithobe abantu bami ababizwa...
Isibi
Kepha kanazi yini ukuthi...
Ukufa
UJesu wathi kuye: “Mina...
Umthetho
Lawa mazwi engikuyala ngawo...
Ukulalela umthetho
UJesu waphendula, wathi kuye...
Ukuphila
UJehova uyakukulondoloza ebubini bonke...
Amavesi eBhayibheli osuku
Ngokuba uNkulunkulu kayithumelanga iNdodana ezweni ukuba yahlulele izwe, kodwa ukuba izwe lisindiswe ngayo.Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Khulisa umntwana ngendlela eyakuba ngeyakhe;kuyakuthi lapho esekhulile,
angasuki kuyo.Ivesi elilandelayo
