- UHezekeli 1
- UHezekeli 2
- UHezekeli 3
- UHezekeli 4
- UHezekeli 5
- UHezekeli 6
- UHezekeli 7
- UHezekeli 8
- UHezekeli 9
- UHezekeli 10
- UHezekeli 11
- UHezekeli 12
- UHezekeli 13
- UHezekeli 14
- UHezekeli 15
- UHezekeli 16
- UHezekeli 17
- UHezekeli 18
- UHezekeli 19
- UHezekeli 20
- UHezekeli 21
- UHezekeli 22
- UHezekeli 23
- UHezekeli 24
- UHezekeli 25
- UHezekeli 26
- UHezekeli 27
- UHezekeli 28
- UHezekeli 29
- UHezekeli 30
- UHezekeli 31
- UHezekeli 32
- UHezekeli 33
- UHezekeli 34
- UHezekeli 35
- UHezekeli 36
- UHezekeli 37
- UHezekeli 38
- UHezekeli 39
- UHezekeli 40
- UHezekeli 41
- UHezekeli 42
- UHezekeli 43
- UHezekeli 44
- UHezekeli 45
- UHezekeli 46
- UHezekeli 47
- UHezekeli 48
- Ngokuba angenameli ukufa kofayo, isho iNkosi uJehova; ngalokho buyani, niphile.
- Ngiyakufaka umoya wami phakathi kwenu, ngenze ukuba nihambe ngezimiso zami; niyakugcina izahlulelo zami, nizenze.
- Ngiyakuninika inhliziyo entsha, ngifake phakathi kwenu umoya omusha, ngikhiphe inhliziyo yetshe enyameni yenu, ngininike inhliziyo yenyama.
- NginguJehova uNkulunkulu wenu: hambani ngezimiso zami, nigcine izahlulelo zami, nizenze, ningcwelise amasabatha ami, abe yisibonakaliso phakathi kwami nani, ukuze nazi ukuthi nginguJehova uNkulunkulu wenu.
- Ngiyakuzenza mkhulu, ngizingcwelise, ngizazise emehlweni ezizwe eziningi, zazi ukuthi nginguJehova.
- Phendukani, nibuye ezeqweni zenu zonke, ububi bungabi yisikhubekiso senu.
- Kepha uma omubi ebuya kuzo zonke izono zakhe azenzileyo, agcine zonke izimiso zami, enze ukwahlulela nokulunga, uyakuphila nokuphila; kayikufa.
- Ngiyenamela nokwenamela ukufa komubi yini, isho iNkosi uJehova, kungabi ukuba abuye endleleni yakhe, aphile, na?
- Ngiyakuzenza zona nezindawo ezizungeza intaba yami zibe yisibusiso, ngehlise imvula ngesikhathi sayo, ibe yizihlambi zesibusiso.
- Ngiyakulingcwelisa igama lami elikhulu elihlanjalaziwe phakathi kwezizwe, enilihlambalazile phakathi kwazo, izizwe zazi ukuthi nginguJehova, isho iNkosi uJehova, lapho ngiyakungcweliseka ngani emehlweni abo.
Izihloko ezihlobene
Ukuguqulwa
Bazithobe abantu bami ababizwa...
Umthetho
Lawa mazwi engikuyala ngawo...
Ukulalela umthetho
UJesu waphendula, wathi kuye...
Isibi
Kepha kanazi yini ukuthi...
Ukufa
UJesu wathi kuye: “Mina...
UMoya
INkosi inguye uMoya; kepha...
Amavesi eBhayibheli osuku
Kepha ukwahlulela makugobhoze njengamanzi,nokulunga njengomfula onganqamukiyo.
Thola ivesi leBhayibheli lansuku zonke:
Isaziso nsuku zonkeI-emailFacebookAndroid-appKuwebhusayithi yakhoIvesi leBhayibheli elingahleliwe
Bheka, kuhle, kumnandi kangakaukuba abazalwane bahlalisane ndawonye bemunye.Ivesi elilandelayo