- Ngumusa kaJehova ukuthi asiqediwe,
ngokuba ububele bakhe abupheli.
Busha ekuseni njalo;
ukuthembeka kwakho kukhulu. - UJehova uyisabelo sami,
usho umphefumulo wami;
ngakho ngiyakwethemba kuye. - Wena Jehova umi phakade;
isihlalo sakho sobukhosi
sikhona ezizukulwaneni ngezizukulwane. - Masiphenye, sicinge izindlela zethu,
sibuyele kuJehova.
Izihloko ezihlobene
Thembekile
Kepha iNkosi ithembekile, eyakuniqinisa...
Uthando
Uthando luyabekezela, uthando lumnene...
Ububele
Maniphathane ngobumnene, nihawukelane, nithethelelane...
Ukwethembeka
Ngumusa kaJehova ukuthi asiqediwe...
Ngiyethemba
“Ngokuba ngiyazi mina imicabango...
Ukuthanda izinto ezibambekayo
Ngokuba asilethanga lutho ezweni...
Amavesi eBhayibheli osuku
Ngokuba uNkulunkulu kasiye ongalungile ukuba akhohlwe umsebenzi wenu nothando enalubonakalisa ngakulo igama lakhe, lokhu nibakhonzile abangcwele, nisabakhonza.Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Ngenxa yokuba ubuyigugu emehlweni ami,futhi ubudumile, uthandekile kimi,
ngiyakunika abantu esikhundleni sakho,
nezizwe esikhundleni sokuphila kwakho.Ivesi elilandelayo
