- Ngumusa kaJehova ukuthi asiqediwe,
ngokuba ububele bakhe abupheli.
Busha ekuseni njalo;
ukuthembeka kwakho kukhulu. - UJehova uyisabelo sami,
usho umphefumulo wami;
ngakho ngiyakwethemba kuye. - Masiphenye, sicinge izindlela zethu,
sibuyele kuJehova.
Izihloko ezihlobene
Thembekile
Kepha iNkosi ithembekile, eyakuniqinisa...
Uthando
Uthando luyabekezela, uthando lumnene...
Ububele
Maniphathane ngobumnene, nihawukelane, nithethelelane...
Ukwethembeka
Ngumusa kaJehova ukuthi asiqediwe...
Ngiyethemba
“Ngokuba ngiyazi mina imicabango...
Ukuthanda izinto ezibambekayo
Ngokuba asilethanga lutho ezweni...
Amavesi eBhayibheli osuku
Ngakho thobelani uNkulunkulu, kepha nimelane noSathane, khona uyakunibalekela.Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Noma umkhiwane ungakhahleli,kungabikho izithelo emvinini,
umsebenzi womnqumo uphuthe,
amasimu angavezi ukudla,
izimvu zinqunywe esibayeni,
kungabikho nkomo ezibayeni,
nokho mina ngiyakuthokoza ngoJehova,
ngijabulele uNkulunkulu wokusindiswa kwami.Ivesi elilandelayo
