
- Qaphelisisani kuphela ukwenza imiyalo nomthetho aniyala ngakho uMose inceku kaJehova ukuba nimthande uJehova uNkulunkulu wenu, nihambe kuzo zonke izindlela zakhe, nigcine imiyalo yakhe, ninamathele kuye, nimkhonze ngayo yonke inhliziyo yenu nangawo wonke umphefumulo wenu.
Izihloko ezihlobene
Umthetho
Lawa mazwi engikuyala ngawo...
Inhliziyo
Phezu kwakho konke okugcinayo...
Umphefumulo
Uma nina niselapho nimfuna...
Ukukhonza
Ngakho-ke, bazalwane bami abathandekayo...
Uthando
Uthando luyabekezela, uthando lumnene...
Ngiyethemba
“Ngokuba ngiyazi mina imicabango...
Amavesi eBhayibheli osuku
Akuthengwa yini imizwilili eyisihlanu ngezindibilishi ezimbili na? Akukhohlakele namunye kuyo emehlweni kaNkulunkulu. Kodwa nezinwele zekhanda lenu zibaliwe zonke. Maningesabi; nidlula imizwilili eminingi.Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Mbonge uJehova, mphefumulo wami;konke okuphakathi kwami makubonge igama lakhe elingcwele.Ivesi elilandelayo