
INkosi ayilibali ngesithembiso sayo, njengalokhu abanye bathi kungukulibala, kepha iyanibekezelela, ingathandi ukuba kubhubhe namunye, kodwa ukuba bonke beze ekuphendukeni.
Izihloko ezihlobene
Insindiso
Ayikho insindiso ngomunye, ngokuba...
Ukubekezela
Owephuza ukuthukuthela unokuqonda okuningi...
Ukuguqulwa
Bazithobe abantu bami ababizwa...
Ukuphenduka
Bazithobe abantu bami ababizwa...
Izethembiso
Ungesabi, ngokuba mina nginawe...
Ukuphela kwesikhathi
Makungabikho muntu onikhohlisayo nangayiphi...
Amavesi eBhayibheli osuku
Kepha ngiyanincenga, bazalwane, ngegama leNkosi yethu uJesu Kristu ukuba nikhulume zwilinye nonke, kungabikho ukwahlukana phakathi kwenu, kodwa nipheleliswe emqondweni munye nasekuboneni kunye.Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Nkulunkulu, wena unguNkulunkulu wami,ngiyakufuna ekuseni;
umphefumulo wami womele wena;
inyama yami ilangazelela wena
ezweni elomileyo eligagadekileyo,
lapho amanzi engekho khona.Ivesi elilandelayo